Izimfihlakalo Zezulu #3996

От Емануел Сведенборг

Проучете този пасаж

  
/ 10837  
  

3996. Ngamazwi “kube ngumvuzo wami” kufanekiswa ukuthi kwakuyiNkosi, okuyiYona efanekiswa ngoJakobe, eyayingumnini walawomawundlu ngenxa yokusebenza kwakhe. Ukuthi lamazwi afanekisa okwamandla kaJakobe, noma okuyinto efanayo, okuphuma eNkosini (efanekiswa ngoJakobe) kungabonwa ngenhla ezinombolweni 3975, 3977, 3982.

  
/ 10837