Izimfihlakalo Zezulu #3560

작가: 엠마누엘 스베덴보리

해당 구절 연구하기

  
/ 10837  
  

3560. Ngamazwi “ngizwe noma uyindodana yami noma kawusiyo” kufanekiswa ukuthi kwakungekhona ukulunga kwemvelo. Lokhu kuchachiswa wukungabaza okukhonjiswa yilamazwi namazwi alandelayo. Nangenxa yokuthi ubuqotho buyilokho okubona okwemvelo nesimilo sakho, ngakhoke kufanekiswa ukubona ukuthi kakukhona ukulunga kwemvelo, noma “u-Esawu”.

  
/ 10837