Izimfihlakalo Zezulu #65

Од страна на Емануел Сведенборг

Проучи го овој пасус

  
/ 10837  
  

65. Kwake kwathi ngisafunda iZwi kwalethwa abantu abathile kumenga mo wezulu, baxoxa nami belapho. Babelokhu bethi kabawaqondi nakancane amazwi noma amagama aseZwini, kodwa baqonda kuphela okufanekiswa yiwo engqondweni engaphakathi nesondelene nengqondo yemvelo. Bagomelela ngokuthi ingqondo yangaphakathi yinhle kakhulu, ihlelwe ngokulandelana kahle kakhulu, futhi ibagunya kangangoba bayibiza ngeNkazimulo.

  
/ 10837