Izimfihlakalo Zezulu #2837

Ngu Emanuel Swedenborg

Funda lesi Sigaba

  
Yiya esigabeni / 10837  
  

2837. Ngamazwi “uJehovah uyobona” kufanekiswa iSondlo seNkosi. Lokhu kusobala ngokufanekiswa ngo “kubona”, lapho kubona uJehovah noma iNkosi, okufanekisa ukuqandelela nokuhlinzeka, okukhulunywe ngakho enombo lweni 2807 — ngokuba uJehovah yiNkosi (bheka izinombolo 1343, 1736, 2156, 2329). Engqondweni engaphandle lesisisho siyigama lendawo, kodwa engqond weni engaphakathi sifanekisa isimilo sesimo okukhulunywa ngaso. Ngokuba izi khawu zesikhathi nokulinganiswa komkhathi kusehlelweni lemvelo kuphela, ngakhoke lapho ingqondo engaphandle yeZwi idlulela ehlelweni lasezulwini um qondo wemvelo wengqondo engaphandle uphela nya uphenduke ube ngumqondo wasezulwini likamoya oqhamisana nolawomqondo wemvelo.

  
Yiya esigabeni / 10837