Izimfihlakalo Zezulu#5203

作者: エマニュエル・スウェデンボルグ

この節の研究

  
/ 10837に移動  
  

5203. Ngamazwi “zibukeka kabi” kufanekiswa imiqondo engamanga engeyona eyenkolo. Lokhu kuchachiswa wukuthi ngamazwi “zibukeka kahle” kufanekiswa izinto zenkolo, okusanda kukhulunywa ngakho ngenhla enombolweni 5199, ngakhoke ngamazwi “zibukeka kabi” lapha kufanekiswa izinto okungezona ezenkolo.

  
/ 10837に移動