Izimfihlakalo Zezulu # 2687

Написано Эмануэль Сведенборг

Изучить этот эпизод

  
/ 10837  
  

2687. Ngamazwi “ngokuba wathi: Ngingebone ukufa komfana” kufanekiswa usizi olwaludalwa wukubona ukuthi iqiniso likamoya kanjalo liyobhubha. Lokhu kuchachiswa ngokufanekiswa kokubhubha ngo “kubona ukufa”, nangokufanekiswa kweqiniso likamoya ngo “mfana”, okukhulunywe ngakho ngenhla. Ngokusukela kulokhu nangokusukela emuzweni wokulahla ithemba ngenxa yokuchithakala kweqiniso, kusobala ukuthi lamazwi akhuluma ngosizi lwangaphakathi.

  
/ 10837